Ngifis’ ukphumelela (ukuphumelela) Ngifez’ amaphuph’ami (amaphuph’ ami) Ngibe nenjabulo Sekukhona konk’ okumnandi empilweni yam (Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba) Ngikhothela kuwe, ngibalekel kuwe Ngikholelwa kuwe, nginamandl’ uma nginawe Themba, ngingakwethemba na Ukuthi uzoyvikel’ inhliziyo yami? Ulikhulise, ulujulise nsuku zonk’ uthando lwami Ufezekise, uwaphilise wonk’ amaphuph’ ami [chorus] (Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba) Mina ngyakwethemba Themba ngyakwethemba x3 Noma ngvuk’ ekuseni Ngivuswa nguwe themba Ngifis’ ukuhamb’ umhlaba ngivuselel’ ithemba Themba nawe, ube nenjabulo Ngithi themba nawe ube nentokozo (Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba) Ngikhothela kuwe, ngibalekel kuwe Ngikholelwa kuwe, nginamandl’ uma nginawe Themba, ngingakwethemba na Ukuthi uzoyvikel’ inhliziyo yami? Ulikhulise, ulujulise nsuku zonk’ uthando lwam Ufezekise, uwaphilise wonk’ amaphuph’ ami [chorus] (Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba) Mina ngyakwethemba Themba ngyakwethemba (till the end)