(Chorus) masiyeke wathath'uthando lwam wadlala ngalo. way'phula wayilahla inhliziyo. angeke ngik'vumele mina sengiqedile. siyeke uthando olunjena al'vamile. lukhany'okwenkanyezi egqamile. angeke ngik'vumele mina sengiqedile. (MaBlerh) oh inhliziyo yami ibangwa nezibi. oh ngingabayini ngaphandle kwakho. usuth'asyeke, ngempela syeke. ngingaba yini, ngaphandle kwakho. (Chorus) masiyeke wathath'uthando lwam wadlala ngalo. way'phula wayilahla inhliziyo. angeke ngik'vumele mina sengiqedile. siyeke uthando olunjena al'vamile. lukhany'okwenkanyezi egqamile. angeke ngik'vumele mina sengiqedile. (Sky) inkulumo yakho, iyangimangaza. inhliziyo yami sozeyakukhohlwa. uth'asiyeke ngempela siyeke. noma lokho kubuhlungu ngithi bye bye baby wami. (Chorus) masiyeke wathath'uthando lwam wadlala ngalo. way'phula wayilahla inhliziyo. angeke ngik'vumele mina sengiqedile. siyeke uthando olunjena al'vamile. lukhany'okwenkanyezi egqamile. angeke ngik'vumele mina sengiqedile. (Gugu) ohhhh seng'qedile, ngeke ngik'vumele dlale ngenhliziyo yami. thina masiyeeeke, masiyeke, masiyeke ohhhh *** Thanks Nosipho for the lyrics