[Verse 1]
Maning' macala weehh
kudala ngkhala weehh
Ngithi kuyehla
kanti kyenyukela
kod' ungtshelu ukuth' anghlale
Maningi macala weehh
kudala ngkhala weehh
uxolisa njalo, ngixolele njalo
yeah
Ngiyayizonda (inhliziyo yami)
Ukuthi iyakuthanda (iyakuthanda)
noma ng'hamba yona iyangilanda
noma ng'zama (engqondweni yami)
ukukhohlwa nguwe
sonk' iskhathi ngicabanga ngawe
[Chorus]
Ngiyakthand' impela,
ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami
Ngiyakthand' impela,
ngiyakding impela
kod uyayphula inhliziyo yami (sekwanele manje)
ngithi khawula,
khawula awuboni uyalqeda
uthando lwami
ngithi khawula,
khawula awuboni uyalqeda
uthando lwami
[Verse 2]
Mangithi ngiyakshiya
ukhalisa kwengane encane welele
ungtshelu kuthi ngek' uphinde
kube yiphuthe elncane weeehh
ngithi khula manje (ubeyindoda),
ngithi dlula manje (ubeyindoda)
isikhathi siyahamba
malungekh ushintsho nam ngizohamba
Ngiyayzonda (inhliziyo yami)
ukuthi iyakthanda (iyakthanda)
noma ng'hamba yona iyangilanda
noma ng'zama (engqondweni yami)
ukukhohlwa nguwe
sonk' iskhathi ngicabanga ngawe
[Chorus]
Ngiyakthand' impela,
ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami
Ngiyakthand' impela,
ngiyakding impela
kod uyayphula inhliziyo yami (sekwanele manje)
ngithi khawula,
khawula awuboni uyalqeda
uthando lwami
ngithi khawula,
khawula awuboni uyalqeda
uthando lwami
Ngiyakthand' impela,
ngiyakding' impela
kod' uyawphula umoya wami
ngiyakthand' impela,
ngiyakding' impela
kod' uyayphula inhliziyo yami.