[Intro]
Sytroo! MthuxmanMusicrecords
Nawe you know eyo!
[Verse:Sytroo]
Ngyak'dabukela m'shana muthi ufuna uk'fana nami nawe brawam
Kuno mlilo lang'khona akukho cold it ain't even warm
Nami ng'vele ngay'nika'mandla ng'juluka ngisho ng'rhymer
Ngishe,ng'khwife fast I brain izibe umlotha
Ak'lula ukuw'bhula lomlilo kwa quit(a) ngisho nezango
So enjoy yourself ngoba way'me! uzokhihli's'lilo/
No giggling time unzima lo mculo..[eyo JAH!]
Ufanise nescathamiya ngoba wabhimba ucasukelwa amanye amadoda
Hamba ngendlela yakho uzobiza igama lanina masu'gxotshwa!
Buka mina bathi ng'wrong ngok'shayi'line
Ng'khwife baxwaye ng'buke ukuthi I verse lami l'nani
16-nje inani lama line!
Y'thini nama lana!!??,ng'ngaze ngibe bomvu nyamalalani!!
Ngi force of gravity ngzon'beka phansi
Uphenduki'mphatha muzenzi ghansi
Ichery yakho mangi hungry ing'phakela ukudla ngingakudli ngidle YONAA!!//
[Hook:Sytroo]
Ey boy! Ungay'fanisi nami !
K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh!
Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o)
Sytroo u wroooong(o)
Ey boy! Ungay'fanisi nami !
K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh!
Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o)
Sytroo u wroooong(o) yehhey!
[Verse2]
Ey'no mina awukho u Mosquito ozong'ncinza igazi ujike usinde-nje kanjalo
You and your friends n'dlala ngabalandeli yini-nje itsotsi-taal?
Aniyeke ukuba ney'ngqondo ey'ncane n'shintshi style
Nidansi'spansula n'shiyi'nae nae kancane
Ey ey! Pay more attention kulomshana ksey'manje
Uyeke uk'buka le-na-le ubuke yena ngoba uyingozi
Hip-hop star washiya I soccer ground
Ngoba babem'biza ngenkomo ungay'bonaphi-nje inkomo yomfana//
[Only girls have that!]
Mrepper mina ang'rap(eli) wena ngoba uhlezi ubheke ukuthi ngiwe
Mdedeleni ong'zondayo ngama lines ziwe
Mina ang'control(wa) yimpatha nase round(ini) lokho kyaziwa
Nawe lokho usuyakwazi I smile mang'gxekwa
Be me mawufuna uk'nethwa imvula yentaba mlilo[(L-war]
Be me maw'funa ukuba yinqonqo yengozi[L-war]
[Bridge:Sytroo]
Ng'nikezeni mic phela mina I rap angiy'deeeeli yeah!
Ng'ba rocker ngisho sebeng'robber/
Ey boy take a step back, and stop trying to mock mee yeah!
Be you and I'll be me,be you and I'll be me
And stop trying to be me yeah!
[Hook]
Ey boy! Ungay'fanisi nami !
K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh!
Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o)
Sytroo u wroooong(o) yehhey!
Ey boy! Ungay'fanisi nami !
K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh!
Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o)
Sytroo u wroooong(o) yehhey!
Ey boy! Ungay'fanisi nami !
K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh!
Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o)
Sytroo u wroooong(o)
Ey boy! Ungay'fanisi nami !
K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh!
Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o)
Sytroo u wroooong(o) yehhey!
[Outro]
Yazini manje? Nawe you know!