(Intro) Moya wam (Moya wam) (Chorus) Ngafonel’ uma Wathi unjani mntanam Umalum’ usishiyile Nhliziyo yam isaphukile Umhlaba usujikile Lana akusafani Ingozi endleni Ngapha iCOVID Akusekho right (I hope uphephile) Uvuke ekseni ubong’ inkosi ukuthi umndeni usaphelele (saphelele saphelele saphelele) Uvuke ekseni ubong’ inkosi ukuthi nawe usaphelele (saphelele saphelele saphelele) Gezi zandla (jesu) shiyela umdali (jesu) Gezi zandla (jesu) shiyela umdali (jesu) Heee Uvuke ekseni ubong’ inkosi ukuthi umndeni usaphelele (saphelele saphelele saphelele) Heee ungigcinel’umoya wam Moya wam Moya wam (Verse) These days mama ngihlangikuQuarantine Hlala ngigqoki mask Phandle angisakwazi These days mama izinto zonke azisafani Silayineli bus Sidinga nama pass Bathi “no mask no entry” Naye uJohn ngeke avuli gate
Bona lokhe kukhuphuk’ ama case Abantu bazama cant cooperate Lona udingi mali Ngoba akula plan Phela ngeke eyekel’ ingane zilale ngendlala Kanti liph’icala? Indoda izabalaza Endlini akula lutho nami bengithi ngiyazama Khalelwe abantwana Kukhale yena umfazi Kuvuke idemon ngizegcine sengithandaza Thembe wena baba Hlala ngomthandazo Intando ngekababa Till the day i see my last Hee (Chorus) Uvuke ekseni ubong’ inkosi ukuthi umndeni usaphelele (saphelele saphelele saphelele) Uvuke ekseni ubong’ inkosi ukuthi nawe usaphelele (saphelele saphelele saphelele) Gezi zandla (jesu) shiyela umdali (jesu) Gezi zandla (jesu) shiyela umdali (jesu) Heee Uvuke ekseni ubong’ inkosi ukuthi umndeni usaphelele (saphelele saphelele saphelele) Heee ungigcinel’umoya wam Moya wam Moya wam